Preview page 56: hello22 January 2010 Extraordinary Provincial Gazette of KwaZulu-Natal 345 Imidwebo 2.1. IZIGABA EZIBALULEKILE ZOHLELO LOKUCWANINGA KWEZINHLEKELELE 2.1.3.1 Isigaba 1: Ukuthola ngqo izinhlekelele 1. Sithola futhi sichaze ngenhlekelele nokuphathelene nokulandelana kwezikhawu, ubungako bayo, ijubane, izindawo ezithintekayo nokuthi izothatha isikhathi esingakanani. 2. Sichaza futhi sikala ubuncane nobukhulu benhlekelele. Lokhu kwenziwa ngokuthi kuchazwe, lapho okungenzeka khona ukuba sengozini kwabantu, izingqalasizinda kuhlanganisa amakhaya nezindlu zokuhlala), izidingo zomphakathi, eziphathelene...more
|
|
|