Preview page 58: hello22 January 2010 Extraordinary Provincial Gazette of KwaZulu-Natal 347 2.1.4 Ukugxiliswa emphakathini kocwaningo Iwezinhlekelele Ngokuhambisana noMthetho ohtose ukwenyusa ikhono endaweni ukuze kunciphiswe ubungozi nomthelela wezinhlekelele, imizamo yocwaningo Iwezinhlekelele kumele ibandakanye ukubambiqhaza komphakathi osegcupheni namakhaya, kuhlanganisa imiphakathi ehlala ezindaweni ezinganakiwe, namakhaya aphethwe abantu besifazane naphethwe yizingane. Ulwazi ehlanganisiwe esebenzisa kakhulu izindlela ezinzima eziqashwe ososayensi bezinhlekelele abangathola ulwazi Iwendabuko oluphathelene...more
|
|
|